Kushone owesifazane engozini yemoto nebhasi

2014-12-26 08:22
Pietermaritzburg – Owesifazane ushone ujuqu ngemuva kokuba imoto abehamba ngayo itholane phezulu nebhasi ngasePietermaritzburg KwaZulu Natal ngokusho kwabezimo eziphuthumayo.

“Owesifazane oneminyaka engu-37 ubudala ulimale ezindaweni ezahlukene emzimbeni.

Ngeshwa abosizo lokuqala bekungasekho abebengakwenza njengoba eshonele endaweni yesigameko,” kusho okhulumela abakwa-ER 24 uChitra Bodasing.

OLUNYE UDABA: Ungaqoqi lutho uma kwenzeke ingozi

Uqhube wathi: “Kuphoqele ukuthi kuze kusetshenziswe izinsimbi zokutakula ukuze kuthathwe isidumbu salona wesifazane ebesivaleleke ngaphakathi kule moto,” echaza.

Uthe abagibeli abane ebhasini balashelwe ukulimala endaweni yesigameko ngaphambi kokuthi baphuthunyiswe esibhedlela i-Edendale.

Umshayeli waleli bhasi uphume engenamyocu kule ngozi eyenzeke emgwaqweni u-R56 phakathi kweRichmond nePietermaritzburg ngoLwesithathu kusihlwa.

     - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

        - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.