Kushone oyedwa kuqubuka intuthu esiteshini sesitimela

2015-01-13 07:42

Washington - Intuthu okungaziwa ukuthi idalwe yini equbuke esiteshini sesitimela esimatasa kakhulu eMelika ngoMsombuluko, iphoqelele ukuba kukhiswe amakhulu abantu esiteshini, kusho iziphathimandla, eziqhube ngokuthi kushone oyedwa kulesi sehlakalo kwalimala inqwaba.

Amakhulu abagibeli kudingeke akhishwe eL'Enfant Plaza Station, okungesinye seziteshi ezimatasa kakhulu, kusho okhulumela abeDistrict of Columbia Fire and EMS uTimothy Wilson.

Funda nalolu daba: Uyelulama esibhedlela unesi ohaqwe yi-Ebola.

Okhulumela abezicimamlilo uCaroline Laurin ukuqinisekisile ukuthi kushone oyedwa kulesi sehlakalo kodwa wala ukukwenaba ngemininingwane.

Uthe iNational Transportation Safety Board, ihhovisi layo eliseseL'Enfant Plaza, iyaphenya kanti iyona ezohlinzeka ngemininingwane.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.