Kushone oyedwa kwalimala 2 engozini eBenoni

2015-08-16 13:11

 Johannesburg - Kushone indoda kwalimala amababili ngesikhathi kushayisana izimoto emgwaqeni uN12 eBenoni ekuseni ngovivi ngeSonto, kusho abosizo lokuqala.

Omunye wabalimele ubebambeke ngaphakathi emotweni yakhe kanti abezicishamlilo baseBenoni basebenzise ubuchule babo bemukhipha emotweni, kusho okhulumela abeNetcare 911 uSanti Steinmann.

OLUNYE UDABA: Kushone 1 kwalimala inqwaba kweyomgwaqo

"Izicishamlilo zibhule umlilo ngemuva kokuba imoto igqamuke ilangabi," kusho uSteinmann.

Le ndoda iphuthunyiswe esibhedlela ngendiza enophephela emhlane.

Emotweni yesibili ishone ujuqu indoda kanti enye kumbulwa kwembeswa kuyo esibhedlela.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.