Kushone udado eshayiswa yimoto yase iyabaleka

2015-07-27 16:01

Johannesburg - Ingane yakwaGrade 1 ishonile ngemuva kokushayiswa yimoto ehambisa izingane esikoleni e-East London, umshayeli wangama endaweni yesigameko ngoMsombuluko ekuseni.

U-Indiphile Hibana, 7, waseThembalethu‚ eReeston‚ ushayiswe yiveni yohlobo lweFord, ngokusho kwabazibonele.

OLUNYE UDABA: Kushone udado edlala esikoleni

Kuthiwa le ngane ibisendleleni eya estobhini lapho ithathwa khona yibhasi eligibelayo ngo-07:00.

Ngokusho kwabebekhona, umshayeli ushayise le ngane waqhubeka nohambo sengathi akwenzekanga lutho.

Kumanje amaphoyisa aphansi phezulu athungatha umshayeli wale veni obehambisa izingane esikoleni ngesikhathi kwehla lesi sigameko.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.