Kushone umshayeli kungqubuzana amaveni eKZN

2015-08-09 09:48

Johannesburg –  Owesilisa ushone ujuqu ngesikhathi kushayisa amaveni amabili emgwaqweni u-R 102 ngasoThongathi enyakatho yeTheku ngokusho kwabosizo lokuqala.

Le ngozi ehlasimulisa umzimba yenzeke ngoMgqibelo ebusuku.

“Omunye umshayeli ubezama ukudlula ehamba emzileni wezimoto eziza nganeno ngesikhathi la maveni engqubuzana,”kusho okhulumela abakwa-IPSS Rescue uPaul Herbst.

OLUNYE UDABA: Kutholwe izidumbu ezinhlanu eBenoni

Umshayeli welinye lala maveni ushayise maqede lamchithela ngaphandle washona ujuqu. 

Omunye ushayeli ulimale kanzima njengoba kubika ukuthi kubonwa ngokusa ngaye esibhedlela.

Iveni elilodwa ligqamuke ilangabi ngemuva kwale ngozi. 

     - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

          - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.