Kushone umsolwa edubulana namaphoyisa

2015-08-09 07:30

Cape Town – Owesilisa udutshulwe washona ngesikhathi ebalekela amaphoyisa asenxanxatheleni yezitolo iSomerset eKapa ngokusho kwamaphoyisa aseWestern Cape.

Lo mlisa udutshulwe washona ngoMgqibelo ekuseni ngesikhathi amaphoyisa emjaha. Amaphoyisa alandele imoto yohlobo lweVW Polo e-silver ebinabagibeli abane ebihamba ngesivinini ibheke ngaseGarden Village enxanxatheleni yezitolo iSomerset, ngokusho kokhulumela amaphoyisa uColonel Tembinkosi Kinana kwisitatimende.

OLUNYE UDABA: Owesilisa ushayiswe yimoto washona eThekwini

Abalisa ababili, oyedwa wabo obephethe isibhamu, baphume imoto ihamba ngasenxanxatheleni yezitolo.

“Waqala wadubula ebhekise emaphoyiseni, namaphoyisa aphindisela ngentululwane oyedwa walaba balisa waphangalala kwathi omunye wakhalela ngamasongo kaSogonyela,”esho. 

Abanye ababili abebengaphakathi kuleli kubikwa ukuthi basagcwele amathafa. 

         - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

             - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
1 comment
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.