Kusuke umbhikisho ngemuva kwengozi yesikebhe

2014-12-27 08:23

Kinshasa – Kusuke umbhikisho ngemuva kwengozi yesikebhe ebulale abantu abangu-30 enyakatho yempumalanga yaseDemocratic Republic of Congo ngokusho kweziphathimandla.

Kubikwa ababhikishi iningi layo bekungabantu abasha bashise amabhilidi kahulumeni ngoLwesine e-Isangi lapho lesi sikebhe ebesisuka khona.

Isikhulu sikahulumeni sithe basazosiqinisekisa kabusha isibalo sabashonile. Siphinde sagxeka ababhikishi ngokuthi basole uhulumeni ngengozi yalesi sikebhe.

OLUNYE UDABA: Kushone 26 kuketuka isikebhe e-DRC

Ngokombiko kusolakala ukuthi bangu-30 abantu abashonile ngesikhathi isikebhe esilayisha abantu sishayisa inguzunga yetshe emfuleni iCongo ongamakhilomitha angu-35 nenyakatho yeKisangani.

Bangaphezulu kwekhulu abagibeli balesi sikebhe abatakuliwe.

Kusolakala ukuthi lesi sikebhe besilayishe abantu ngokweqile kunesibalo esivumelekile.

Kubikwa le ngozi yenzeke ngemuva kwamasonto kucwile esinye isikebhe esasilayishe ngokwesqile lapho okwashona khona abantu abangu-130 ngomhlaka 11 kuDisemba khona e-DRC.

      - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

        - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.