Kuthiwa yebiwa imoto etholakale nesidumbu eThekwini

2015-07-31 13:34

Durban - Imoto ebivutha etholakale nesidumbu ebhuthini eDurban North, ngoLwesine ebusuku, yabikwa njengeyebiwe ngo-2014, kusho amaphoyisa.

Okhulumela amaphoyisa uMajor Thulani Zwane ukuqinisekisile ukuthi abaseshi baphenya ukuxhumana phakathi kwesidumbu nokwebiwa kwemoto.

OLUNYE UDABA: Indida ngesidumbu esitholakale emotweni evuthayo eThekwini

"Uphenyo lwethu lokuqala luveze ukuthi le moto yebiwa kuphangwa umuzi ngo-2014 eSydenham. Abasolwa bahlasela isisulu, 51, banxenxa okhiye base bethatha le moto bahamba nayo.

"Kwavulwa icala lokweba emaphoyiseni, kuze kube yimanje bekungakaboshwa muntu," kusho uZwane.

Mayelana nesigameko sangoLwesine, uZwane uthe lusaluncane kakhulu uwazi abanalo okwamanje.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.