Kutholwe 68 wabantu abebevalelwe kwi-container

2015-06-05 12:33

London – Abezimo eziphuthumayo eBrithani bathe bathola abantu abangu-68 bevalelwe kwi-container echwebeni laseningizimu yempumalanga yaseNgilandi okuhlanganisa nabesifazane ababili abakhulelwe.

Abayisikhombisa okuhlanganisa nalabo abakhulelwe baphuthunyiswe esibhedlela kodwa akekho kubona obesesimeni esibucayi ngokusho kwesitatimende esikhishwe ngabe-England Ambulance Service.

Abezimo eziphuthumayo babizwe ngokusheshwa ngemuva kokutholwa kwalaba bantu eHarwich Internation Port ngoLwesine kusihlwa.

OLUNYE UDABA: Kuvalwe indawo yokuwotawota umzimba ngenxa 'yemikhuba'

Leli lichweba kubikwa ukuthi lisetshenziswa kakhulu yimikhumbi elibangisa eNetherlands.

“Abantu abangu-68 baxilongiswe endaweni yesigameko kwathi abangu-7 baphuthunyiswa esibhedlela iColchester General ukuze bathole okunye ukunakekeleka.”

Bekungacaci ngeminingwane ngalaba bantu nokuthi bavaleleke kanti kule container. Iziphathimandla zithe ziyaphenya.

       - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

         - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.