Kutholwe isidumbu somfana endaweni yokuvakasha

2014-12-31 07:31

Cape Town – Umfana oneminyaka emihlanu ubudala ugwilize endaweni yokuvakasha iMonwabisi Resort ngokusho kweziphathimandla zedolobha iCape Town.

Kubikwa ukuthi isidumbu salo mfana sibonwe ngumhlengi wasolwandle sintanta emanzini wabe eseyasitakula.

Lokhu kuvezwe ngokhulumela izinhlekelele kuMasipala waseKapa uWilfred Solomons-Johannes. 

OLUNYE UDABA: Kuminze umfana e-swimming pool kamasipala

Ngesikhathi sesitakuliwe isidumbu abosizo lokuqala bazame ngakho konke okusemandleni ukuhlenga impilo yalo mfana kodwa ngeshwa bese kudlule isikhathi.

Lo mfana kugcine ngokumenela khona endaweni yesigameko ngemuva kwemuzamo engaphumelelanga yokuhlenga impilo yakhe.

Kubikwa ukuthi ubehama nogogo nomkhulu wakhe bezikhiphile njengoba kungamaholidi kaDisemba.

Kuvele ukuthi amaphoyisa asevule idokodo ukuze aqale uphenyo ngokushona kwalo mfana.

      - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

          - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.