Kuthungathwa umama oshiye usana lufile e-toilet

2015-08-24 13:32

Johannesburg - Amaphoyisa ase-East London athungatha umama wosana olutholwe lufile kuplastiki ezindlini zangasese maphakathi nedolobha ngeSonto ntambama.

Okhulumela amaphoyisa uWarrant Officer Hazel Mqala uthe isidumbu sosana sitholwe yisisebenzi ngezithuba zabo-15:00 ezindlini zangasese eziku-Argyle Road.

Funda nalolu daba: Ungeniswe esibhedlela uNgqongqoshe wezempilo

UMqala uthe isidumbu siyiswe emakhazeni kahulumeni aseWoodbrook ukuze sihlolwe kutholakale ukuthi ibulawe yini.

“Sekuvulwe idokodo ukuze kuphenywe kodwa bekungakaboshwa muntu okwamanje,” kusho uMqala.

Inkaba yengane nayo itholakale kuplastiki, kubika iDispatchLive.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.