Kuxwayiswa abashayeli ngemvula e-KZN

2015-07-25 14:25

Durban - Kuxwayiswe abashayeli ukuba bashayelele ngokucophelela kule mpelasonto njengoba singesihle isimo sezulu KwaZulu-Natal.

Kuhlasele umsinga obandayo e-KZN ohambisana nezimvula ezinamandla nokudale amakhaza ashubisa umnkantsha, kubika iNewswatch.

ISA Weather Service ithe lisazoyidliva usuku lonke namhlanje kanjalo nakusasa.

Kulindeleke ukuba kuwe iqhwa kwezinye izingxenye zesifundazwe.

OLUNYE UDABA: Isazoyishaya nje impela imvula

I-N3 Toll Concession ebhekelele umgwaqo omkhulu u-N3 phakathi kweCedara neGauteng, ithe abashayeli akumele baphoqe isimo bashayele noma izinto zingahambi kahle.

Okhulumela i-NTC u-Andy Visser uthe: "Abathatha uhambo kumele bazi ukuthi kungase kube nezithiyo endleleni. Esizama ukukusho ukuthi abantu abapakishe izingubo zokulala nezokushintsha ezanele kanjalo nokudla kwenzele uma kusuka isidumo."

Uma kunezinkomba eziqinile zezulu elingelihle, abantu bayanxuswa ukuba bahlehlise uhambo, esho.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.