Kuyaqala futhi ukucima kukagesi ezweni - Umbiko

2015-01-09 12:37

Cape Town – Inkampani ehlinzeka ngogesi kuleli, u-Eskom, isiqalise uhlelo lokuqala lokucinywa kukagesi ngoLwesihlanu, isho kanje ku-Twitter.

"U-Eskom uqalile nohlelo lokuqala lokucima ugesi ngo-11:00," kusho le nkampani kuTwitter. 

"Ngenxa yokuba ugesi ubusungaphansi kwengcindezi enkulu; u-Eskom kudingeke uqalise uhlelo oluyisigaba sokuqala sokucima ugesi, oluzoqala ngo-01:00 kuze kube u-22:00 namhlanje ezindaweni eziningi."

Funda nalolu daba: Maningi amathuba okucima kukagesi.

"Sithanda ukunxusa amakhasimende ukuba azame ngakho konke okusemandleni ukuba anciphise ukusebenzisa ugesi ukuze ugesi ungabi phansi kwengcindezi enkulu,” kusho u-Eskom.

Izikhathi zokucima kukagesi ziyatholakala ku-loadshedding.eskom.co.za

Amakhasimende asebenzisa ugesi kamasipala wona angangena ku-News24 noma lapha




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.