Kuyaqhubeka ukuhlaselwa kwezabokufika

2015-01-21 09:33

Johannesburg - Sekusabalale nakwezinye izindawo ukuhlaselwa kwezitolo zabokufika eSoweto kulandela isehlakalo sokudubula esenzeke eSnake Park, ngaseDobsonville, kusho amaphoyisa aseGauteng ngoLwesithathu.

"Imibiko yangoLwesithathu ithi ukuhlaselwa kwezitolo zabokufika kusabalale nakwezinye izindawo ebusuku, okubalwa kuzona eMndeni, eZola naseProtea Glen," kusho okhulumela amaphoyisa uLt Kay Makhubela.

UMakhubela ubengakabinayo imininingwane egcwele ngezehlakalo zasebusuku.

Funda nalolu daba: Kuboshwe iphoyisa ngamacala ahlukene eGoli.

Abokufika kuthiwa badubule babulala ibhungu baphinde balimaza elinye ngesikhathi iqeqebana labafana lizama ukuphanga isitolo sabo ngoMsombuluko.

Lesi sehlakalo sisuse udlame okubonakale kulona kuhlaselwa izitolo zabokufika kwavalwa nemigwaqo.

Kuboshwe abantu abangu-12 ngalokhu.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.