Kuzofundiswa ngokushutha amaSelfie asezingeni

2015-01-05 10:05

London - Kusukela ngenyanga kaMashi, abekolishi iCity Lit College, eCovent Garden, eLondon, bazoqala izifundo zokucija abafundi ekutheni bakwazi ukuthwebula ama-selfie asezingeni.

Isifundo sizodonsa inyanga eyodwa.

Othisha kubhekeke ukuthi bacije abafundi ekutheni bakwazi ukuguquguqula imizwa yabo ngesikhathi bethwebula, kusho abezindaba zeDaily Telegraph.

Abafundayo bazophinde bazame ukuhlaziya, izithombe zabantu abadumile, ezihlanganisa nesika-Ellen Degeneres, asithwebule kulo nyaka, nesekube yisona sithombe esishicilelwe abantu abaningi.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.