Kuzokwenziwa uphenyo ngokufa kwesiboshwa

2015-01-22 09:32

Johanneburg - Sekuqaliswe uphenyo kushona kwesiboshwa okuthiwa sife ngesikhathi amaqembu ezigebengu esifikisa eBrandvlei Prison eWorcester, eWestern Cape, kubika iThe Star ngoLwesine.

IJudicial Inspectorate for Correctional Services iqalise uphenyo ngemuva kokushona kwesiboshwa okuthiwa besifikiswa.

Ukhomishana wamajele eWestern Cape uDelekile Klaas uthe uphenyo kwakamuva luveza ukuthi isiboshwa, uLubabalo Mzamo, ushone ngesikhathi efikiswa kwelinye lamajele ngaphakathi.

Funda nalolu daba: Kuboshwe iphoyisa ngamacala ahlukene eGauteng.

"Uphenyo lwethu luveza ukuthi kugenzeka ukuba ubefikiswa, kanti ngokuvamile uma umuntu efikiswa kumele akhafule igazi ukuze kubonakale ukuthi useyingxenye yeqembu elithile, kusho uKlaas.

UMzamo kubikwa ukuthi ushonele eTygerberg Hospital ngemuva kokuba besekuphele izinsuku eziyishumi equlekile.

UJaji Vuka Tshabalala, owenza uphenyo, uthe umbiko awuthole ngeledlule uveza ukuthi uMzamo wabulawa unogada wasejele ngemuva kokuba eshaye omunye wabo.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.