Kwanda imidlalo yesiZulu kumabonakude

2015-01-19 12:32
Johannesburg - Umbhali womdlalo weminyaka iMuvhango uDuma Ndlovu usekulungele ukufaka umdlalo wakhe omusha obizwa ngokuthi Uzalo kumabonakude.

NjengeMuvhango, lo mdlalo uzozinza KwaZuu-Natal kanti ulimi oluzobe lukhulunya kakhulu yisiZulu.

Lo mdlalo omayelana nemindeni emibili engabhekani uzodlala ngezithuba zabo-20:30 ebusuku kanti kuwona kuzobe kudlala nesihlabani esidlala emdlaweni owuchungechunge Isibaya uBheki Mkhwane odlala indawo kaNdlovu kuwo.

UNdlovu uthi akakhathazekile ngokudlala kule midlalo yomibili ezobe idlala kanye kanye.

Uzalo luzoqala ukubonakala ngomhlaka-9 Febhuwari ku-SABC 1 ngezithuba zabo-20:30 njalo ngoMsombuluko kanye nangoLwesithathu.

OLUNYE UDABA: UDuma Ka Ndlovu uphiksa iholo likaKhanyi Mbau

Omunye umdlalo kaNdlovu ohamba phambili iMuvhango, udlala ngo-21:00 ebusuku ku-SABC2, kubika iTimes Live.

Kunomunye umdlalo ozobangisana neGenrations: The Legacy edlala ku-SABC1 ngo-20:00 ebusuku ozoqala ukubonakala ku-etv ngenyanga ezayo.




 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho
                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.