Lesule emsebenzini iphoyisa ebelibolekisa ngezibhamu

2015-01-21 09:43
Johannesburg - Libhekene necala lokukhwabanisa iphoyisa elisebenzela eNelspruit ngemuva kokuba abasolwa ngokuqgekeze imizi emibili bathi izibhamu baziboleka kulona.

UCaptain Thomas Mnisi, 55, uboshwe ngesonto eledlule ngemuva kokuba uThemba Lekhuleni noThabo Sebola betholwe nesibhamu se-9mm nezinhlamvu.

IBamba likaKhomishana wesifundazwe saseMpumalanga uMajor-General Meshack Nogwanya uthe: "kubukeka sengathi isibhamu esitholiwe sakhishwa nguMnisi.

"Laba bobabili baphinde bathi uMnisi wake wabanika izibhamu ngaphambilini, abazisebenzisela ukugqekeza."

OLUNYE UDABA: Kuboshwe iphoyisa ngelokukhwabanisa eKapa

Ukuboshwa kukaMnisi kushaqe ozakwabo abamazi ngokuzimisela emsebenzini wakhe.

Okhulumnela amaphoyisa uLieutenant-General Solomon Makgale uthe uMnisi wesulile emsebenzini ngemuva kokuboshwa.

Njengamanje ungaphandle ngebheyili kanti uzophinde avele enkantolo ngomhlaka-3 Mashi.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.