Libuyela enkantolo elikaBabyL

2015-01-16 06:55

Johannesburg - Owesifazane nesoka lakhe bazovela ngaphambi kweNkantolo eNkulu ePitoli, mayelana necala lokuhlukumeza nokuzama ukubulala indodakazi yabo eneminyaka emibili ubudala.

Ngesikhathi begcina ukuvela ngenyanga kaNovemba, owesifazane, 21, nesoka, 37, baphika ukuthi bazama ukubulala ingane ebizwa ngBaby L, ngokwenkantolo.

Umshushisi uSalome Scheepers, wakhuluma wathi izizathu ezadala ukuthi umama wengane angaboni ukuthi indodakazi yakhe ilimele, yingoba wayengayikhathalele okanye  wayazi ukuthi isoka lakhe liyayihlukumeza, engafuni ukungenelela. 

Umama wengane watshela inkantolo, wathi mhlaka-15 Disemba, 20213, isoka lakhe lamthumelela umlayezo limtshela ukuthi uBaby L uwile ezitebhisini, kwathi mhlaka-27, wawa esuka emsshinini wokuwasha.

Inkantolo ikholwa wukuthi lezi zithandani zancisha ingane usizo lwezempilo, ngamabomu.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.