Lichithiwe elobesolwa ngokugwaza izingane nonina

2014-12-19 12:47
Johannesburg – Lichithiwe icala lowesilisa obesolwa ngokugwaza izingane ezimbili unina nogogo wazo ngokusho kwaboPhiko lwezokuShushisa.

Lo mlisa oneminyaka engu-33 ubudala uboshwe ngoLwesine ntambama kanti bekulindeleke ukuthi avele enkantolo yeMantshi yaseProtea ngoLwesihlanu.

Okhulumela iNational Prosecution Authority uPhindi Louw uthe leli cala ichithwe ngenxa yokushoda kobufakazi.

Ngokombiko lo mlisa ugcine engasavelanga enkantolo ngemuva kokuba leli cala lingazange lingene nokungena enkantolo.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe indoda ngokugwazwa kwezingane eSoweto

Abafana ababili abeninyaka emibili nemithathu ubudala nonina wabo onengu-20 ubudala bahlaselwa esigamekweni sobugebengu eDobsonville Extention 3 ngoLwesibili.

Kubikwa izigabengu zagwaza abafana abancane amahlandla ekhanda nasemzimbimeni kwathi unina wagwaza engalweni yangakwesobunxele kanti ugogo oneminyaka engu-60 ubudala wagwazwa esiphongeni.

Lezi zigebengu zantshontsha izimahla zikagesi ezahlukene zabe seziyabaleka.

    - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

         - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.