Ligwetshwe engu-20 ibhungu eladlwengula ingane

2015-01-24 07:55

Johannesburg - INkantolo yeMantshi yaseTzaneen ngoLwesihlanu igwebe umlisa waseLimpoppo iminyaka engu-20 ebhadla ejele ngecala lokudlwengula ingane yentombazane.

UDaniel Stoffie Ngobeni, 20, waseGa-Sekgopo ngaphandle kwaseTzaneen, utholwe enecala lokudlwengula intombazane eneminyaka engu-11 ngo-2013, kusho uLt-Col Moatshe Ngoepe okhulumela amaphoyisa esifundazwe.

Funda nalolu daba: Isiguli sibulale esinye esibhedlela eKZN.

Intombazane yayisendleni ebheke kubo ihamba nabangani bayo iphuma esontweni ngesikhathi uNgobeni ebahlasela ngommese.

UNgobeni wabamba isisulu, wahamba naso waya endlini nokuyilapho afika khona wasidlwengula.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.