Lihlehlisiswe elosolwa ngokudlwengula umshana

2015-01-05 14:00

Johannesburg – Lihlehlisiwe icala lomsolwa oneminyaka engu-18 ubudala osolwa ngokudlwengula umshana wakhe oneminyaka engu-5 ubudala ngokusho kwamaphoyisa aseGauteng.

UWarrant Officer Kay Makhubela uthe lo msolwa obevele eNkantolo yeMantshi yaseProtea ngoMsombuluko icala lakhe lihlehliselwe uumhlaka 13 kuJanuwari njengoba kusaqhubeka uphenyo.

Uthe umsolwa usazoqhubeka nokubhadla esitokisini.

OLUNYE UDABA: Zimkhalele obanjwe oqotsheni edlwengula umshana

Lo msolwa waboshwa ngomhlaka 28 kuDisemba ngemuva kosuku ebanjwe oqotsheni edlwengula umshana wakhe eMofolo North eSoweto.   

Kubikwa ukuthi le ntombazane yathathwa yayiswa ukuyohlowa. 

“Udokotela owabe ehlola le ntombazane wathola ukuthi yabe ingaqali ukudlwengulwa.

Le ntombazane ihamba udokotela wengqondo futhi ithola nokwelashwa,” kusho uMakhubela.

        - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

          - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.