Lihlehlisiwe elikaMalema - Umbiko

2015-08-03 12:27

Polokwane - Lihlehlisiwe icala lomholi we-Economic Freedom Fighters uJulius Malema eNkantolo eNkulu yasePolokwane ngoLwesibili ukuze ijaji lifake isicelo sokuhlukanisa amacala.

Leli cala lihlehliswe ngesikhathi omunye wabameli balowo osolwa noMalema, uKagiso Dichabe, utshele inkantolo ukuthi ikhasimende labo lisesibhedlela kanti bafuna kuhlukaniswe amacala.

Inkantolo itshelwe ukuthi uDichabe wangeniswa esibhedlela ngoJulayi.

OLUNYE UDABA: Ukuziqhayisa nobulima okwenziwe amavolontiya - Malema

IJaji uBilly Motlhe uthe uzolalela zonke izinhlaka ngoLwesibili.

UMalema ufike enkantolo kuleli cala ebelibhekwe ngabomvu asolwa kulo ngokukhwabanisa nenkohlakalo.

UMalema, ehamba nobuholi be-EFF, utheleke enkantolo ngaphambi kuka-10:00.

Lo mholi nasolwa nabo ababili, abaqondisi be-Point Engineering oLesiba Gwangwa noDichabe, babhekene namacala okukhwabanisa namanye angu-52, abandakanya inkohlakalo.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.