Liphazamisekile elokubulawa kukaMacia, indoda ivukwa ukugula

2015-08-25 13:35

Pretoria – Kuphazamisekile ukulalelwa kwesigwebo samaphioyisa angu-8 asolwa ngokubulala umshayeli wetekisi  uMido Macia ngesikhathi indoda ivukwa ukugula okubukeke sengathi kuwukudlikiza eNkantolo eNkulu yasePitoli ngoLwesibili.

Ngesikhathi le ndoda ibanga umsind iJaji uBert Bam beliqeda ukukhahlela okushiwo ngabasolwa abane kwabangu-8.

OLUNYE UDABA: Amaphoyisa amhudula ngamabomu umufi waseMozambique ngemoto

Le ndoda ivele yawaphansi kanti ngesikhathi iwa owesifazane obehlezi eceleni kwayo uvele wayithinta wabe esethi Jesu.

Unogada nenye indoda ebihlezi eceleni kwayo bayiqubulile base bephuma nayo.

 IJaji libe selimisa inkundla imizuzu emihlanu.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.