Lishonile ikhehla elifelwe yimoto lahamba ngezinyawo

2015-01-08 18:31

Perth – Owesilisa oneminyaka engu-60 ubudala uphethe ngokushona ngesikhathi ehamba ngezinyawo ibanga elide eyofuna usizo ngemuva kokufa kwemoto yakhe.

Kubikwa ukuthi lo mlisa wayehamba ngemoto nomunye wesifazane ngesikhathi befelwa yimoto endaweni esehlane endaweni ebizwa ngeWiluna esentshonalanga ye-Australia ngeSonto.

OLUNYE UDABA: Ikhehla limkhiphe inkani utsotsi

Ngemuva kwamahora kungaqhamuki neyodwa imoto edlulayo lo mlisa waqoka ukuhamba ngezinyawo ukuyofuna usizo washiya owesifazane emotweni.

NgoLwesibili lona wesifazane uthole usizo emotweni ebidlula yamthatha kodwa wangambona umlisa abehamba naye endleleni.

Ube esxhumana namaphoyisa wathungathwa njengoba etholwe eseshonile ngoLwesithathu ntambama ngokusho kwamaphoyisa. 

Kubikwa ukuthi lo mlisa ubulawe ukushodwa kwamanzi emzimbeni njengoba ehambe ngezinyawo ibanga elide.  

    - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

      - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.