Luselude ukhalo oluya esicocweni – Baxter

2015-01-08 16:01
Johannesburg - Umqeqeshi weKaizer Chiefs uStuart Barker uthi iqembu lakhe lizoqhubeka nokuzimisela yize lishiya iqembu elilele isibili ngamaphuzu angu-15 ku-PSL.

"Kuyinto enhle ukuthi siqede isigaba sokuqala seligi sihlezi esicongweni, kepha luselude ukhalo ngaphambi kokuthi siqale sikhulume ngokuthi sinqobe iligi,” kusho uBaxter.

"Akumele sithathe lokho sikufake ekhanda. Kumele abadlali bethu bazi ukuthi usemningi umsebenzi okumele wenziwe."

OLUNYE UDABA: Singayinqoba i-Afcon - Khuzwayo

Amakhosi aqale isizini kahle kakhulu njengoba edlale imidlalo engu-18 engakaze ashaywe, ase aqoqa amaphuzu angu-46.

Ngesizini eyedlule iMamelodi Sundowns yamangaza abaningi ngesikhathi iphuca iChiefs iqatha emlonyeni ikhala yemuka nesicoco seligi.

"ISundowns yatshengisa ukuzimisela ngesizini eyedlule, nakulokhu-ke ngeke sigoqe izandla,” kusho uBaxter.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.