Mhlampe ukuqashwa kukaBaxter kwahlelwa amathongo

2014-12-23 14:12
Johannesburg - Likhona yini iqembu elidlala kwi-PSL elingama lithi lingamelana neKaizer Chiefs engagayelwe mphako kulezi zinsuku?

Imidlalo yebhola likanobhutshuzwayo imisiwe njengoba kuqhubeka amaholidi kaKhisimusi kanti kuzobuyelwa ensimini ngenyanga kaFebhuwari.

Kuyiwa ekhefini nje iChiefs idlale imidlalo engu-18 yangashaywa ngisho kowodwa lo.

Kubukeka sengathi ukufika komqeqeshi uStuart Baxter, eNaturena, kwahlelwa amathongo eChiefs njengoba esengenisele iqembu isamba esingu-R25 million.

Imali ingene kanje:

Absa Premiership = R10 million

Nedbank Cup = R7 million

MTN8 = R8 million 

Isiyonke: R25 million


Namanje siyabuza ukuthi uma kubuywa ekhefeni, likhona yini iqembu elingamelana namaGlamour Boys aqale abizwa ngeGautrain ngesikhathi kubonakala ukuthi ayashosholoza, nokho kwacaca ukuthi empeleni ayisiso isitimela kodwa iyindiza mshini uqobo lwayo.


  - Omunye umbiko unanwe kwiSoccerLaduma. 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.