Ngeke sikwazi ukuhlala sitakula u-Eskom - Nene

2015-01-12 09:30

Johannesburg - UNgqongqoshe wezezimali uNhlanhla Nene uthi u-Eskom kumele ulungise izinkinga obhekene nazo ngoba ulimaza umnotho, ngokusho kweBusiness Report ngoMsombuluko.

UNene utshele leli phephandaba ukuthi uhulumeni ngeke akwazi ukutakula u-Eskom ezinkingeni ababhekana nazo nsuku zonke, ngoba kufanele bazilungisele bona.

Funda nalolu daba: EyakwaCoca Cola izodiliza inqwaba yezisebenzi.

Kubikwa ukuthi uNene uthe uhulumeni uzodlala indima yakhe naye, kodwa ngeke bakwazi ukuyisiza le nkampani.

"Ngeke sikwazi ukuyikhipha ezinkingeni ebhekene nazo. Akusizi ukuba njalo sihlale sibatakula ezinkingeni. Kumele benze isiqiniseko sokuthi u-Eskom unezinhlelo zesikhathi esifishane neside,” ucashunwe esho kanje.

NgoLwesihlanu, u-Eskom ukuqinisekisile ukuthi izinkinga abanazo zezimali zinomthelela ekucimeni kukagesi ezweni.





 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.