Ngeke sikwazi ukulinda uMashi obekwe uMengameli - EFF

2015-01-22 09:31
Johannebsurg - Umholi we-Economic Freedom Fighters uJulius Malema akazimisele ngokulinda kuze kube uMashi ngaphambi kokuba afune izimpendulo kuMengameli uJacob Zuma ngokulungiswa komuzi wakhe oseNkandla.

Sizohlangana naye ngoFebhuwari 12 futhi uzophendula,” kusho uMalema ekhuluma nabe-Sapa ngoLwesithathu.

Funda nalolu daba: UMengameli uzoyiphendula ngoMashi imibuzo.

"Ubuholi be-EFF buvivile...futhi ngeke siluyeke lolu hlelo. Sifuna ukubhekana ngqo nenkohlakalo futhi sizobhekana nongubuso bayo.”

EFF ithembise ngokuphazamisa inkulumo kaZuma ebhekiswe esizweni ezoba ngoFebhuwari 12 uma iPhalamende lingafuni ukuhlela ukuhlala kwePhalamende okuyisipesheli ukuze uZuma azophendula.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
1 comment
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.