Ngeke yehle imali yokugibela amatekisi - SANTACO

2015-01-08 14:33

Johannesburg – Inhlangano eyamatekisi kuleli iSouth African National Taxi Council ithe ngeke yehle imali yokugibela ngenxa yokwehla kukaphethiloli nodizili. 

Ngokubika kwe-eNCA i-SANTACO ithe amanani email yokugibela abawahambisi ngenani likaphethuloli. 

“Kuke kwaba nezikhawu lapho uphethiloli uke wanyuka khona kaningi kodwa amanani ethu ama endaweni eyodwa.

Akekho noyedwa ophumele obala wathi asiyinyusi ngani imali yokugibela,” isikhulu sale nhlangano uPhillip Taaibosch.

OLUNYE UDABA: Kuzoqopheka umlando kwehla uphethiloli nodizili

“ISANTACO ihlezi ibachazela njalo abagibeli izizathu zokunyuswa kwemali yokugibela.

Asiyinyusi imali yokugibela ngenxa kaphethiloli kuphela kodwa kuningi nokunye esikubhekayo njengoba kungesiwona kuphela uphethiloli osebenzayo ukuze itekisi lihambe,” esho enanela ngokuthi kabanikazi bamatekisi baba nozwelo olukhulu uma benyusa imali yabagibeli.

NgoLwesithathu inani likaphethiloli eNingizimu Afrika lehle ngemali engaphezulu kweshumi ilitha.

      - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

       - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
1 comment
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.