Ngicela ukwazi

2015-08-07 18:09

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

Johannesburg - Yini le engaka esanganisa abantu besimame ngemoto?

Ikakhulu legenge esencane, ubona nje abantu behamba bemodela eduze komgwaqo makuqhamuka imoto enhle, umubone esehlina umuntu uma umshayeli wemoto engumuntu wesimame.

Kanti yini nje ngempela, sesathandiswa izimoto nemali?

Umuzwe umuntu echoma ethi yena unendoda enemali, hhayi laboskhotheni abasagibela amatekisi.

Eyakho yini leyo mali?

OLUNYE UDABA: Asibungazi ukuba namabele "nenkomo" kule nyanga

Yena uma esebenza enza imali wena uhlalela ukuqhosha ngaye?

Khona nje eyokuthi "ubaby uzongilanda nizoyibona kahle iBeemer", iyimalini yona leyo moto uyayazi yini njengoba usichomela ngayo sengathi uyayikhokhela njalo ngenyanga?

Ake nisiyeke bo ngezinto zabanye abantu. Sichomele ngeyakho imoto, neyakho imali. Kodwa iyodwa into engiyaziyo. Umuntu osebenza kanzima ukuzuza umcebo wakhe, akahambi ememezela ukuze izwe lonke lazi ukuthi unani.

Kubuza umbhali uNonkululeko Nhlapo, ungaxhumana naye ku - nonkululekon@yahoo.com.

Disclaimer:INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi imibono yababhali bezingosi eshicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho  

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
1 comment
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.