'Nginguhlanyo sidalwa'

2015-07-31 14:38

Johannesburg-Akusiyo imfihlo ukuthi isihlabani sakumabonakude sodumo lukubhushuzela nqunu uPam Andrews sidansela isigingci saso.

Emasontweni ambalwa ivideo yeculo likaPam iYeah ladala izinkulumo ezinkundleni zokuxhumana.

Lo mlingisi owayedlala emdlawleni wakumabonakude iRhythm City usezithole engundabuzekwayo ngezizathu ezingaphusile kodwa lokho akumhluphi nakancane njengoba abantu bezibuza ukuthi ngabe ubhema izidakamizwa na uPam.

OLUNYE UDABA:'Angazi ngithandani phakathi kokudla nocansi'

Ekhuluma nabephephabhuku iDrum uPam uzichithe zonke izinsolo wathi akabhemu futhi akabuphuzi notshwala.

"Ngiyazihlanyela nje mina sidalo sami, angibhemi furhi angizithinti nezikaFaro, selokhu ngazalwa nginje," kusho uPam.

Upam uqhube ngokuthi akakubheki ukuphawula kwabantu ezinkundleni zokuxhumana uma eqeda ukufaka isithombe ebhale okuthile.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.