Ngiyalivuma icala – Rantie

2015-01-21 13:30
Johannesburg - UTokelo Rantie uthi “uzibeka yena icala” ngokushweba i-penalty ngesikhathi iBafana Bafana iguqiswa yi-Algeria emdlalweni wokuvula kowe-Africa Cup of Nations ngoMsombuluko.

IBafana ebihamba phambili ngegoli likaThuso Phala, uRantie washweba i-penalty.

“Sithe uma sinikezwa i-penalty ngangangabaza ngaqonda ngqo ebholeni ngoba bengigcwele ukuzethemba futhi ngingazitsheli ukuthi ngingashweba,” kugonyuluka uRantie ngoLwesithathu.

OLUNYE UDABA: 'URantie uzophinde ayishaye futhi ngokuzayo iPenalty'

“Akekho umuntu othatha i-penalty ngenhloso yokushweba. Ngiyalivuma icala futhi ngijabhe kakhulu ngokuthi ngashweba.”

IBafana kumele inqobe umdlalo wayo neSenegal ngoLwesihlanu uma ifuna ukuzibeka ethubeni lokudlulela esigabeni esilandelayo.

URantie uvumile ukuthi kuzoba nzima ukuthi adlule kuleli lishwa elimvelele, kepha wabonga ozakwabo ngokumeseka.

“Abazange bangigxeke nakancane yize bebedangele ukuthi angizange ngilivalele phakathi.”



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
1 comment
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.