'Ngiyamethemba kakhulu u-Ovono epalini'

2015-08-22 14:18

Johannesburg - Umqeqeshi we-Orlando Pirates u-Eric Tinkler uthi unethemba lokuthi unozinti uFelipe Ovono uzokwenza ezibukwayo epalini uma sebedlala ne-AC Leopards kowe-CAF Confederation Cup, e-Orlando Stadium.

Lo nozinti uzobe edlala okokuqala ngqa kulo mqhudelwano kulandela ukulimala kukaBrighton Mhlongo emasontweni amabili edlule.

OLUNYE UDABA: Kubhekwe iziqongqwane ngephini likanozinti kwiBucs

UTinkler ukholelwa ekutheni amavala ka-Ovono e-Afrika yiwo azomsiza ekutheni angayesabi iLeopards, kubika iKickOff.com.

"Njengoba emncane kanje, kepha amava anawo yiwo amkhulumelayo ngoba ubedlalela iqembu lesizwe. Sekuneminyaka eminingi edlala e-Afrika," kusho uTinkler.

"Uhluzekile kanti futhi uyazethemba kakhulu, okuyinto enhle. Leli yithuba lakhe ekumele alamukele ngezandla zombili."

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.