'Ngiyongcwatshwa nefulegi elibomvu, angibuyeli ku-ANC'

2015-01-20 11:01

Johannesburg - Umoli we-EFF uJulius Malema ngoLwesibili ubhale kuTwitter ukuthi akasoze alishiya leli qembu kulandela imibiko ethi usezinhlelweni zokubuyela kwi-ANC.

"Angisoze ngayenza into efana naleyo kubantu bami, i-EFF yilona kuphela ikhaya lami futhi kuzoba njalo impilo yami yonke,” kusho uMalema ku-Twitter.

"Ngizongcwatshwa nefulegi elibomvu.”

Akatholakalanga ukuba aphawule ngamazwi akhe.

Funda nalolu daba: I-EFF iphika eyomnqamulajuqu.

I-The Citizen ibibike ukuthi uMalema uxoxisana ne-ANC ukuze abuyele eqenjini elibusayo.

UMalema waxoshwa kwi-ANC Youth League ngemuva kwalokho wayoba ngumholi we-Economic Freedom Fighters eyasungulwa uyena.

Iqembu le-ANC liyakuphika nalo imibiko ngoMalema.

"Asazi lutho ngombiko weThe Citizen. Azikho izingxoxo eziqhubekayo phakathi kwe-ANC noMalema," kusho okhulumela iAfrican National Congress uZizi Kodwa, oqhube wathi kodwa i-ANC azivulile izandla kulabo abafuna ukubuya ngisho noma ngabe uMalema.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.