Ngizokungqubuza mfana womlungu - UShaik esabisa intatheli

2015-06-10 14:38

Durban – Usabise ngongqubuza intatheli yeNews24 usomabhizinisi wodumo uSchabir Shaik ongaphandle ngoshwele wokugula ngokusho kombiko.

UShaik owakhishwa ejele ngoshwele wokugula ngo-2009 ushiye angalazi kule ntatheli.

“Ngizokukhahlela…!” “Bekumele ngikungqubuze……., Ngizokwephula  mfana womlungu,” kusabusa lo somabhizini owayengumeluleki wezimali kaMengameli Jacob Zuma.

Kubikwa ukuthi ingxoxo iqale kahle phakathi kwabo njengoba uShaik eze wazisholo yena ukuthi uziphumulele kwakhe.

Ubethintwa mayelana nemibandela kashwele wakhe njengoba kuvele ukuthi uzimisele ngokubuyela kwezamabhizinisi.

OLUNYE UDABA: Lihlehlisiwe elososlwa ngokubulala okhubazekile

UShaik ukuphikile lokhu wathi akanalo ulwazi ngale mibiko futhi yena akakaze asho ukuthi ufuna ukubuyela kwezamabhizinisi.

Ebuzwa ngesimo sempilo yakhe uthe:

“Isimo sempilo yami siya ngokuba ngcono.

Ufuna ngife? Kungani ufuna ngife?”

Kube sekusuka isidumo wavuka indlobane uShaik waqala wathuka inhlamba ebuza ukuthi kanti ukhuluma nobani.

Uphinde wasola intatheli ngokungabi nesibindi sokuphosa le mibuzo phambi kobuso bakhe.

“Ngoba bekuzokugqubuza.”

          - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

              - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
2 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.