Niyamenywa nizobungaza uMiss World

2014-12-18 13:35

Johannesburg - Kumenywa abantu baseNingizimu Afrika ukuthi baphume ngobuningi babo bazohlangabeza unobuhle wakuleli uRolene Strauss, osenguMiss World.

UStrauss uzotheleka esikhumulweni sezindiza i-OR Tambo ngoMgqibelo ekuseni, ngo-10:00.

 “URolene Strauss uhambe wayomela izwe, wafike wabashaya emakhanda. Kumele simbungaze," kusho uNgqongqoshe wezemiDlalo nokuNgcebeleka uFikile Mbalula esitatimendeni esithunyelelwe abezindaba.

Funda nalolu daba: UMengameli uZuma ubongele uMiss World

UStrauss unguMiss World, wokuqala oqhamuka eNingizimu Afrika, kusukela ngo- 1974.

“Ngesikhathi sithumela uRolene eLondon,sasazi ukuthi uzokwenza izinto ngohlelo, sithokoze kakhulu ngomsebenzi wakhe,” kusho uClaudia Henkel, okhulumela abakwaMiss South Africa, ngaphansi kweSun International.

 


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
1 comment
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.