Okwenziwa ku-Oscar akulungile neze - Inhlangano

2015-08-22 14:18

Johannesburg - Inhlangano yamalungelo eziboshwa isizwakalise ukuthi ibona sengathi uMnyango wezobuLungiswa awuzange ulusingathe ngendlela udaba luka-Oscar Pistorius.

Lokhu kuza ngemuva kokumiswa kokukhululwa kukaPistorius ngoshwele kuleli sonto.

UPistorius bekulindeleke ukuthi adedelwe eKgosi Mampuru Prison, ePitolo, ngoLwesihlanu, ngemuva kokudonsa izinyanga eziyishumi zesigwebo sakhe ngokubulala intombi yakhe uReeva Steenkamp ngo-2013.

OLUNYE UDABA: Usazothi ukuhlala ejele u-Oscar Pistorius

IJustice for Prisoners and Detainees Trust ithe iJaji Thokozile Masipa wakwenza kwacaca ngesikhathi ethula isigwebo ukuthi izoma kanjani ekashwele kaPistorius.

"Akumele sibheke ukuthi icala alenza laba libi kangakanani, kepha kumele sibheke imiyalelo yejaji mayelana noshwele kaPistorius," kusho le nhlangano.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.