Ona-21 wazibelethela walahla usana ethoyilethi

2015-07-24 10:30

Bulawayo - Kusolwa ukuthi wesifazane waseBikita, uPatience Mutumwa, 21, walahla usana lwakhe oluzelwe ethoyilethi ngemuva kokuba ezibelethele esikhotheni.

Amaphoyisa kwakufanele ambe ukuze ezokhipha ingane.

Okhulumela amaphoyisa aseMasvingo uCharity Mazula uqinisekise isigameko.

Ngokusho kwabezindaba zeMasvingo Mirror uMutumwa wayenezinyanga ezingu-9 ekhulelwe ngesikhathi ezwa izinhlungu ekuseni waya endaweni eyisikhotha wazibelethela.

OLUNYE UDABA: Isalukazi sishone kubangwa uR61.72

USthembile Makore, 45, ongumakhelwane kaMutumwa uthe wabona sesingasekho isisu futhi ebukeka engaphilile uMutumwa, kubika abephephandaba.

UMakore wabika udaba emaphoyiseni umsolwa wabe esezivumela akwenzile.

Ingane itakulwe ethoyilethi.

UMazula unxuse abazali ukuba bakhulume nezingane zabo ezikhulelwe futhi baziseke.

Njengamanje uMutumwa usiza amaphoyisa ngophenyo, kubika iBulawayo24.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.