Onesikhwele ubulale isoka kubangwa u-#WCW

2015-08-13 07:46

New York  - Owesifazane waseMelika ukhalelwe ngamasongo kaSigonyela ngezinsolo zokugwaza abulale isoka lakhe ngemuva kokuba lifake isithombe sowesifazane enkundleni yokuxhumana labe selibhala ukuthi: #WCW. 

Abantu ezinkundleni zokuxhumana ikakhulukazi iTwitter ngoLwesithathu bajwayele ukusebenzisa u-#WCW uma bezwakalisa ukuthi banemizwa nowesifazane othile noma bambona eheha njengoba kuchaza ukuthi “Woman Crush Wednesday”.

OLUNYE UDABA: Ivideo: Abantu basize obebambeke ngaphansi kwetekisi

UNikki Mendoza oneminyaka 21 ubudala usolwa ngokubulala isoka lakhe uDerrick Kingston oneminyaka 24 ubudala ngesikhathi elele endlini yakhe ngokubika kweNewsWatch33.

Umbiko uveze ukuthi bekungakaze kubikwe izigameko zodlame phakathi kwalezi zithandani ngaphambi kwalesi sokubulawa kwesoka. 

      - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

         - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
4 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.