'Owasenkulisa waphoqa izingane ukuba zenze ucansi'

2015-05-26 09:23

Johannesburg - Uthishanhloko oneminyaka engu-68 ubudala wasenkulisa eseGoli kulindeleke ukuba namnhlanje ngoLwesibili alivume noma aliphike icala lokuthi watshela izingane ukuba zenze ucansi, wabe eseziqopha ngeselula.

Owesifazane, ovele eNkantolo yeMantshi ngoMsombuluko, angase abhadle ejele ngalesi sehlakalo asolwa ngaso, okuthiwa senzeka ngoFebhuwari ngonyaka ofile.

Ngokwamaphepha afakwe enkantolo, uthisha wasenkulisa wabikela uthishanhloko ukuthi ubone ingane yomfana oneminyaka emibili kanye neyentombazane eneminyaka emihlanu ubudala benza ucansi endlini encane.

Funda nalolu daba: Kushone izingane kusha imijondolo

Uthishanhloko wabizela izingane ehhovisi lakhe, bekhona nabanye othisha, ‘wazitshela ukuthi aziphinde lento ebekade ziyenza’, ngemuva kwalokho wakhipha umakhalekhukhwini wakhe waziqopha.

Kuthiwa i-video wayikhombisa abazali bezingane, nokuyibona ababikela amaphoyisa, bekhala ngokuthi wephume umthetho, iSexual Offences Act, ngokuphoqa izingane ukuba zenze ucansi.

Lo thishanhloko angase athole idilikajele ngenxa yokuthi izingane zineminyaka engaphansi kweminyaka engu-16 ubudala, kubika iTimesLive.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
5 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Elconop 3 / Elconop 1

Cape Town Southern Suburbs
Workforce
R55.00 - R59.00 Per Hour

call centre agent

Milnerton
Pro Placements Recruitment Agency
R4 000.00 Per Month Per Month

IT Manager (contract)

Cape Town CBD
Communicate Cape Town IT
R330 000.00 - R458 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.