Owashiya i-EFF ushaqekile ngezinsolo zika-R40m

2015-06-11 18:11

Mbombela – Lowo owayengusotshwebhu we-Economic Freedom Fighters (EFF) esishayamthetho saseMpumalanga, u-Ayanda Shabalala, usezwakalise ukwethuka ngezinsolo ezithi wakhokhelwa u-R40m ukuze aluthele kwi-ANC amalungu angaphezulu kuka- 1 000 e-EFF.

Lezi zinsolo, ezidalulwe umholi we-EFF esishayamthetho sesifundazwe, uCollen Sedibe, zize ngemuva kokuhlubukela kwi-ANC kwamalungu e-EFF ekupheleni kwenyanga kaMeyi.

"USedibe kuyaziwa ukuthi unamanga sidalo, yingakho ebizwa ngoPelepele nangoMatsembisa [umuntu owenza izethembiso]. Eqinisweni, akekho umuntu ophila kakhe ekhanda ongamnaka, Iyangithusa eka-R40m," kusho uShabalala kwi-African Eye News Service ngoLwesine.

Funda nalolu daba: Sekuboshwe ababili ngokubulawa kukasomatekisi eLamontville

USedibe namanye amalungu basabalalisa amahlebezi kuFacebook, nokwenze abantu abaningi bakholwa ukuthi ngeke uShabalala ahambe namalungu e-EFF amaningi kangaka engakhokhelwanga.

Ngesikhathi ecelwa ukuba alethe ubufakazi ngemali engu-R40m akhuluma ngayo, uSedibe wehluleka.

"Ngeke ngikwa ukusho ukuthi ngiyitholephi le mininingwane, kodwa iqiniso ukuthi bakhokhelwe u-R40m ukuze baluthele amalungu e-EFF kwi-ANC. Bazohluleka ngoba amanye amalungu abebewashela anqaba ukujoyina undlovukayiphikiswa,” kusho uSedibe.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.