Johannesburg
- Kwasetshenziswa isamba esingu-R11 000 kuthengwa amaNandos, kwasebenza u-R79 000
kuthengwa ama Kentuky Fried Chicken, kwasetsheniswa u-R100 000 kuthengwa igrosa
kurentwa izimoto.
Lokhu kutemuza imali kwenziwa
wuSotswebhu we-ANC eNorth West, uHoffman Galeng, kusho abezindaba zeCity Press.
UGaleng,
waqokelwa kwesikaSotswebhu ngemuva kophenyo lwangoMeyi nyakenye.
Funda nalolu daba: Umasipala umoshe R15m kuthengwa izicofucofu
Phakathi
kukaJuni noNovemba nyakenye, kwasetshenziswa isamba esiphakathi kuka-R25 000 no-R50 000,
ngenyanga
Ebuzwa
ngele mibiko, uGaleng uthe leli yitulo lokulwisana naye.
– "Like"
ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.
– Landela
IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).