Owe-ANC uhlaselwe esenhliziyo washona elamula izinja

2015-06-04 12:30

Pietermaritzburg – Uhlaselwe yisifo senhliziyo washona owayeyikhansela le-African National Congress ngesikhathi ezama ukulamula izinja ebezixabana, ngokusho kombiko.

UTony Swamunathan oneminyaka engu-50 ubudala umane wawa phansi esazama ukulamula lezi zinja zohlobo lweGerman Shepherd emzini wakhe oseNagpur ngoLwesibili.

Unkosikazi wakhe uDeborah uthe kumshaqisile ukubona umyeni wakhe eshayeka phansi ngaleya ndlela.  

“Umyeni wami ubezifela ngezilwane futhi ushone ezama ukuzihlenga,” kusho uDeborah.

OLUNYE UDABA: Akhishiwe amagama ababulawe yiphoyisa e-Alexandra

Uthe umyeni wakhe kumthathe cishe ihora ezama ukuhlukanisa lezi zinja ngaphambi kokuthi ashayeke phansi.

Uthe bayenzile imizamo yokuzama ukuhlenga uSwamunathan ngokubambisana nendodakazi yakhe kodwa kwanhlanga zimuka nomoya.

USwamunathan wayeqashwe uMasipala waseMsunduzi esebenza eBombay Civic Centre.

“Ubezimbandakanya nemisebenzi ye-ANC ezindaweni ezahlukene ikakhulukazi ezisenyakatho,” ilungu le-Exco uRachel Soobiah echaza uzakwabo.

Uqhube wathi uSwamunathan ubekukhuthalele ukusiza abantu.

       - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

         - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.