Owe-DA uthi akushintshwe ubuholi beqembu

2015-01-09 13:33

Cape Town - Ilungu lePhalamende eqenjini leDemocratic Alliance, lithi akube noshitntsho ebuholini obuphezulu kuleli qembu, lathi umholi uHelen Zille, useluhambile ukhalo lwakhe.

UMakashule Gana, ucacisele abezindaba ze-702, ngombiko wezindaba zeMail&Guardian.

"Uma siya okhethweni lobuholi mhlaka-10 Meyi, nakanjani ngizovotela umholi uHelen Zille kodwa komele kushintshe izinto uma sesiya okhethweni luka-2019," kusho uGana.

Funda nalolu daba: I-DA isengeyabelungu - Zuma

Ekhuluma akafunanga ukuphumela obala ngamagama abantu athe kumele bangene ebuholini obuphezulu.

"Angeke siqoke umuntu ongaba kuphela ngumholi we-DA, siyoqoka umuntu ongakwazi ukuba ngumengameli wezwe."

UGana uthe akaboni umbono wakhe uphuma eceleni, uthi ukholwa wukuphumela obala aveze izifiso nezimvo zakhe.





 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.