OweChiefs uthi iphezulu ngokwezinga iPirates

2015-08-11 18:14

Johannebsurg - Unozinti weKaizer Chiefs, u-Itumeleng Khune, ukholelwa ukuthi i-Orlando Pirates iphambili kunamanye amaqembu ngokwezinga lebhola kulesi sigaba sesizini.

IBhakabhaka ayizange ilithobe ithuba lokuphumula ngesikhathi kuvalwe isizini ngenxa yomqhudelwano weCAF Confederation Cup.

IPirates iyaqhubeka nokwenza kahle kulo mqhudelwano, njengoba isanda kuthatha amaphuzu agcwele ngesikhathi idlala neCS Sfaxien ngoMqgibelo.

Funda  nalolu daba: Uzonyuselwa iholo owePirate - Umbiko

“IPirates selokhu kwathi nhlo iyiqembu eliphezulu futhi akukho ukungabaza ngalokho.  Futhi ukudlala e-Afrika kubasize kakhulu. Baphambili kunamanye amaqembu okwamanje futhi kuyakhombisa ukuthi bebelokhu bedlala bona,” kusho lo nozinti oneminyaka engu-28 ubudala kwiSoccer Laduma.

IPirates izoqala imidlalo yePSL ngokuthi ibhekana neSuperSport United namhlanje ebusuku emdlalweni ozoba sePeter Mokaba Stadium ngo-19:30.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.