OweGenerations entsha uxwayise intsha ngezidakamizwa

2015-06-24 12:35

Durban - Ibe nosuku oluhle intsha yaKwaSwayimane endaweni yaseMidlands KwaZulu-Natal ngesikhathi begubha inyanga yentsha nomlingisi weGenerations-The Legacy uRonnie Nyakale odlala indawo kaCosmo.

UComso unikeze intsha ithuba lokumazi kangcono.

Le ndawo idume kabi ngohide lwamacala okudlwengulwa kwezaguga.

NgoMgqibelo umfundisi wendawo uSphamandla Vidima uthule umcimbi wosuku lwentsha lapho osaziwayo abahlukene beyokhuthaza intsha ukuba ibe yizibonelo ezinhle kontanga.

Abanye ababehambele lomcimbi ngabeGagasi FM uDJ Nomfundo Mzolo nowe-Uhlanga”The Mark” umqondisi nophrojusa uNdaba KaNgwane.

Intsha ijabulile ukubona uCosmo bukhoma ehholo lomphakathi iNkululeko.

OLUNYE UDABA:Kubungazwa usuku lweNtsha kuleli

UComso waxwayisa intsha ukube iziqhelelanise nezidakamizwa ezifana newhoonga noma inyaope ezizokwenza impilo yazo ibemfishane.

UCosmo uphinde watshela intsha ukuthi izidakamizwa zaphazamisa izifundo zakhe esafunda.

"Ngikhumbula ngifunda ugrade 9 ngihlakaniphile kodwa kwathi sengiqale izidakamizwa ngenza ugrade 10 ngaqala ngaselela emuva, kubika iDaily Sun.

"Hlukanani nezidakamizwa ngoba zizonishiya ningelutho," kusho uComso.

UThandeka Ndlovu, 15, utshela uCosmo ngenhlangano yakhe esiza intsha.

"Ngijabulile ukubona uComso. Uyithandile inhlangno yami, ungikhuthaze kakhulu," kusho uNdlovu.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

 - Thola ezinye izindaba zeDaily Sun kumakhalekhukhwini wakho

 - Thola izindaba zeDaily Sun kuFacebook     

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.