OweGenerations ukhuluma ngeyokuhlukanisa nomyeni

2015-01-09 14:33
Johannesburg - Umngani kaLetoya Makhene nobengumyeni wakhe uPriviledge Mangezi uthi lezi zithandani zihlukanisa nje izinto bese zivele zingasahambi kahle emshadweni.

UMakhene, odlala indawo kaTshidi emdlalweni omusha iGenerations: The Legacy, usanda kuhlukanisa noMangezi abeseshade naye iminyaka engu-9.

“Kwaba nesikhathi la lezi zithandani kwadingeka ukuthi zihambise izingane ziyohlala nomfowabo kaMangezi ngoba isimo sase sisibi impela ekhaya,” kuqhuba umngani.

OLUNYE UDABA: Awusekho umshado - Ciara

UMangezi noMakhene banezingane ezintathu ndawonye.

“Ngase ngikhathele unkosikazi wami, wayethanda ukulawulana kakhulu. Wayengisola nangokuthi ngiqonyiwe,” kusho uMangezi okuthiwa akasebenzi.

UMakhene yena uthi ngokwakhe ukuba kulo mshado kwakungasamlungele ngenxa yokuthi kwakukuningi kakhulu okwakungasekuhle ngawo.

Uthi impilo iyaqhubeka kodwa uyohlezi exhumana nobaba wezingane zakhe ngoba kumele bazikhulise ngokubambisana.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.