OweSibaya uphika ezithi unesoka elisha

2015-08-22 11:31

Johannesburg - Njengoba sonke besicabanga ukuthi uMaps Maponyane noNomzamo Mbatha sebeqinisekisile ukuthi bayathandana ngemuva kokuvela ephephabhukwini ndawonye - lokhu akusilo iqiniso.

UNomzamo noMaps bebengondabuzekwayo ngesikhathi kuphuma iTrue Love - ababonakala kuyo ngaphandle.

OLUNYE UDABA: OweSibaya ucacise ngobudlelwane bakhe noMaponyane

Kulesi sithombe bekucacele noma ngubani ukuthi laba bayathandana, kanti cha sishaye eceleni.

UNomzamo ubabele kuTwitter ngemuva kokuphuma kwaleli bhuku wathi yena noMaps abajoli futhi abakaze baqale.
Uthe lesi sithombe sikhuluma ngefilimu abayenza bobabili.

UNomzamo ulingisa indawo kaThandeka kwiSibaya.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
2 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.