Oweliphikisayo ukhale ngomkhonyovu okhethweni

2015-01-20 18:31
Lusaka – Umholi weqembu eliphiksayo eZambia ongomunye wabagaqele isikhundla sobuMengameli njengoba kuvotwa ukhale ngomkhonyovu kungakapheli namahora ambalwa kuqalile ukuvotwa kuleli lizwe.

NgoLwesibili abantu baseZambia bavuke ngovivi ukuyovotela ozongena ezicathulweni zikaMiachael Sata owashona ngo-Okthoba wonyaka owedlule.

UHakainde Hichilema oneminyaka engu-52 ubudala weqembu i-United Party for National Development ukhale ngokukhwabanisa ngemuva kokuba ezinye zezindawo zingawatholanga amaphepha okuvota.

OLUNYE UDABA: Badele imvula bayovota eZambia

“Kungani engekho amaphepha okuvotisa ezindaweni esinabalandeli abaningi kuzona.

Kunomuntu owenza ukukhwabanisa kuyacaca,” kusho uHichilema ngemuva kokuvota eLusaka.

UHichilema ubhekwe ukuthi abe yimbangi enkulu kaNgqongqoshe wezokuVikela eZambia u-Edgar Lungu weqembu elibusayo iPatriotic Front nogaqele ukuhola leli lizwe.

      - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

       - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.